Ngesayensi

Igama lesayensi le-Iloyi ngu-Datura stramonium, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"thornapple" noma i-"jimsonweed". Lesi isitshalo esingowomndeni wezitshalo i-Solanaceae (umndeni katshwala nikatimede).

Isexwayiso: Le mbali inobuthi obukhulu kakhulu - ithathwa njengenye yezinhlobo zezitshalo eziyingozi kunazo zonke, ingabulala uma idliwe. Ingasetshenziswa kuphela ngabantu abanolwazi olusheshayo lwemithi yesintu.

Iloyi tree

Iloyi umuthi uyasebenza ukucupha ithuna uma kungukuthi umuntu wakini ushone ngesandla somuntu uyahlanganiswa neminye imithi ethelwa emgondini ngaphambi kokufakwa kwebhokisi. Isidumbu uyasigcaba futhi ngenduku ethakwe ngalomuthi. Iloyi liyangena emithini yokuziphindiselela nokubuyisa izinduku emuva.

Tags: umuthi wokucupha isidumbu, umuthi wokucupha ithuna, umuthi wokuziphindiselela kwizitha, umuthi wokuphindisa

Ukuphupha Iloyi umuthi

Amaphupho ngomuthi Iloyi, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Iloyi? Ukuphupha umuthi Iloyi ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini? 

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?